Umsebenzi wethu uyaqhubeka ngamandla ngenxa yegalelo lamathimba ethu.
Read MoreI-Kangra ithatha igxathu elikhulu eli- ya phambili ngokwakha isigaba esisha e-Udumo Shaft.
Read MoreUKapteni weProto yaseKangra uSandile Masuku wafika eminyakeni engaphezu kweyishumi edlule, eqhutshwa wuthando lokusiza abanye abantu.
Read MoreU-Lee Ellis uyadlondlobala emkhakheni osheshayo nobanzi wezokuthutha.
Read MoreKonke okukhanyiswa yilanga… yiwona msebenzi wami,” kusho iMfolomane yaNgaphezulu uSampie Dreyer ngokun- cokola echaza umsebenzi wakhe emayini.
Read MoreIsiphiwo sikaPrecious Nkosi sasheshe sabonakala eKangra ngesikhathi esifishane.
Read MoreInto enkulu esigxile kuyona ukuthi kuhlale kunezinga eliphezulu lokusebenza.
Read MoreUkuduma okungapheli komshini wokumba umba amalahle kungubufakazi bomsebenzi onzima owenzeka eBalgarthen A Shaft.
Read MoreUsuqalile ukuhluma utshani okutshengisa ukuphothulwa ngempumelelo kokulungiswa kukaBlock C eKangra.
Read MoreKusukela esikhathini lapho bebethembela khona eziphethwini nasemifuleni, ushintsho selufikile emindenini engu-30 yaseDonkerhoek esikwazi ukuthola amanzi empompini emagcekini abo.
Read MoreEmizamweni yokuphucula ukuphepha emgwaqweni nokuthuthukisa umnotho, iKangra noMkhandlu waseMkhondlo eMpumalanga bethule uhlelo lokulungisa umgwaqo oluzodla u-R2.9 million.
Read MoreNgaphezudlwana kweminyaka emine edlule, uDoctor Shabangu waqala ukuqashisa ngezindlu zangasese ezingomahambanendlwana eziyisithupha kwikhasimende lakhe lokuqala.
Read MoreUsomabhizinisi waseDriefontein uMsizi Yende wasungula inkampani yakhe eminyakeni eyisithupha edlule ngoba enesifiso sokuba ngumqashi nokwenza umehluko emphakathini wakhe.
Read MoreUkukhulela emhlabeni onothile wasemakhaya eFernie, eMpumalanga, kwenza uLungelo Thwala, owungoti wemvelo, wabanokuxhumana okukhulu nemvelo ngenkathi esakhula.
Read MoreNgesikhathi eqala ukusebenza njengongoti wezemvelo, uMahlatse Monareng wayezimisele okuyiyonanto ehamba phambili namhlanje njengomhloli wezemvelo eKangra.
Read MoreUmqondo webhizinisi kaVusi Thabethe owasukela ekuboneni impumelelo kamkhulu wakhe kwezamabhizinisi yaholela ekutheni asungule iZamak Construction ngo-2019.
Read MoreNjengoba esebheke umgodi iBalgarthen weKangra, uMusa Ntsele ujabulile ukuhola ithimba lifinyelele empumelelweni elingakaze liyizuze. “Yithina uphiko oluphezulu kule mayini,” usho kanje eqhakambisa imizamo yokubambisana okuyiyona eyenza imayini iqhube ngale ndlela eyenza ngayo yesekwa abalingani nabaphathi.
Read MoreUMduduzi Shoba uzimisele kakhulu kunakuqala ukufeza amaphupho akhe njengoba esebenza eKangra.
Read MoreI-Kangra ibiyenze umviliyelo wezimo eziphuthumayo ngokubambisana ne-Coaltech ne-South African Colliery Managers’ Association.
Read MoreNjengoba enamava eminyaka engaphezu kwengu-20 esebenza ezimayini, umphathi we-shift uXolani Mhlophe kade ayethola ithuba lokucathulisa intsha egcine isingabaholi.
Read More